Kwaze Kwanzima Emhlabeni

R80.00

+ Free Shipping
Category:

UDuduzile intokazi elitshitshi phaqa; iziphethe kahle phansi kweso lomphakathi walapha eBomvana kakhulukazi kunina uDorah. Bahlezi bendawonye ngasosonke isikhathi; ekuseni  bephuza itiye; bechelela izitshalo engadini; kwala ngisho noma emthuma emholweni  okanye edolobheni ngokomoya usuke enaye umntwana wakhe. UMasemola  uwusizo olukhulu lapha emphakathini ngeveni yakhe. UKhonzeni alishoni engakabeki umcondo wakhe laphaya kwaMnisi.

UJane- inhliziyo ayikutholi ukuphumula selokhu wemukwa iqatha- indoda ayithandayo ngomunye wabomama balapha endaweni.

KwaSqenqe, ukhokhovula, akulalwa , kuhlezi  kukhala igovu leli, lishaya kuzwakale phesheya eMakhobeni. UXolani Ntuli isigijimi esethembekile, nakuba amehlo aso esethanda  ukuthi njo kuDuduzile.UMaNtombi uzithola esengcupheni ; ezofela  ukwethembeka kwakhe.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Kwaze Kwanzima Emhlabeni”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart