Izinto Zimane Ukwenzeka

R200.00

+ Free Shipping
Category:

UNomalanga intokazi ekhulele emakhaya inephupho lokuba ngumhlengikazi.Uyithemba
labazali bakhe ,kepha ukufika kukaQhubu isoka lamanyala empilweni yakhe kuyamzamazamisa.UGcinile
uzithola ethandana naye esengasekho efundela esikoleni usisi wakhe.Ezomuzi zinzima njengoba
uMaNxumalo kanye noSIthole isiphenduke impaka nekati ebaleni.Impilo yasedolobheni iyaheha ayifani
neyasemakhaya.UThobani emva kokuba igandayiwe inhliziyo kaNomalanga uyayithoba iphinde
ivuseleleke ekuthanden futhi

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Izinto Zimane Ukwenzeka”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart