Akakhuzeki

R190.00

+ Free Shipping
Category:

UVuma noTholiwe bayizithandani zeminyaka. Bakholelwa kuMdali kakhulu.Akulalwa kungathandazwanga lapha ekhaya.Okubakhathaza kakhulu ukungamtholi umntwana emva kwemizamo eminingi. Ngesikade bengalindele uyafika umntwana ngomthandazo egumbini lasePhumelelela kumangale abahlengikazi. Igama elithi “Hluphe” ligcina lingundabamlonyeni emphakathini.USindi kanye noNomusa bamangaza abaningi ngokuzwana kwabo endodeni yinye beyizintombi. Bangakhuza othisha esikoleni kepha abazali emakhaya abanezwi eliqinile ezinganeni.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Akakhuzeki”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Shopping Cart